ottimo OP-KT1188W Instruction Manual Download Page 14

 

ISIZULU 

 
UKUVIKELA UKUBILISA LOMILE 

 

Idivayisi  yokuphepha  yokucisha  izozisebenzela  ngokwayo  uma  kwenzeka  iketela  likhanyiseke 
ngephutha  lingenamanzi,  noma  lingenayo  amanzi  enele  ukumboza  i-elementi,  noma 
ngokuvumela  ukuthi  libile  lomile.    Uma  kwenzeka  idivayisi  yokucisha  isebenza,  yekela  iketela 
liphole  imizuzu  embalwa  ngaphambi  kokuthi  ulifake  amanzi,  ukuze  uvumele  idivayisi  ikwazi 
ukubuyela endaweni yayo. Lokhu kuvikelwa nokuphepha kusebenza kuzo zonke izinhlobo. 

 
 
 

UKUNAKEKELA NOKUSIHLANZA 
 

Ngaphambi kokuthi ulihlanze, khipha iketela eplakini bese uyalilinda liphole. 
 
1.  Ingaphandle: Sula ngendwangu eswakeme, bese uyalomisa.     

Ungasebenzisi izinto ezihayayo - zizolimaza indawo enguplastiki. 

      - 

Ungasebenzisi  uphawoda  onamandla  uma  uhwaya,  noma  eminye  imikhiqizo 

yokuhlanza ngoba zingase zishintshe iketela umbala.

 

2.  Ingaphakathi: Sula nge-sodium bicarbonate endwangini eswakeme. Liyakazisise. Yize iketela 

lakho lifika nesisefo, kumele ulihlanze ingaphakathi lalo (naso isisefo) njalo. 

3.  Isisefo:  Siyakaze  ngaphansi  kompompi  noma  usebenzise  ibhurashi  elithambile  (noma 

usihlanze neketela ngenkathi ulisusa ukukhekhebuka). Yakazisisisa kahle. 

4.  Ezindaweni  ezinamanzi  anzima,  kudingeka  ukuthi  usuke  ukuxebuka  kanye  nokungcola 

kwamanzi eketeleni ngoba lokhu kungase kwenze ukuthi kusebenze iswishi yokubilisa lomile 
singakafiki 

isikhathi. 

 

Ziningi 

izinto 

ezahlukene 

zokuhlanza 

iketela/zokususa 

ukuxebukaeketeleniokususa ukuxebuka nokungcola ezitholakala ezitolo ezinkulu, emakhemisi, 
nakwezinye izitolo. 

 
 
 
 
 

UKUSUSA UKUKHEKHEBUKA 
 

1.  Uma  kwakheka  ukukhekhebuka  okunwabuzelayo  ku-elementi  yokushisisa,  thenga  into 

yokususa ukukhekhebuka efanele bese uyalihlanza iketela lakho. 

2.  Ukuxebuka  okunwabuzelayo  kwenza  sibe  side  isikhathi  sokubila  kweketela  kanti 

kungabangela  ukuthi  iketela  lishe.    Emva  kokususa  okuxebukayo,  bilisa  amanzi  izikhathi 
ezimbalwa  usebenzisa  amanzi  amasha,  bese  uyawachitha.  Susa  ukuxebuka  okuseketeleni 
ngoba kungalimaza izingxenye zeketela. 

3.  Ezinye izifunda  ezweni  zinamanzi  anomcako  okwenza  ukuthi uma  amanzi  akhona  ebila abe 

mhlophe  okusamafu  okushiya  ukungcola  ngaphandle  kweketela.  Lokhu  kujwayelekile  futhi 
kungasuka ngokuthi ujwayele ukulihlanza iketela. 

4.  Iwaranti angeke ilikhokhele iketela elilimale ngenxa yokuthi alisuswa okukhekhebukayo. 
5.  Ukushintsha  kombala  ongaphakathi  weketela  lakho  ngenxa  yamanzi  asendaweni  yangakini 

angeke kuthathwe njengokungasebenzi kweketela. 

6. 

Kunconywa ukuthi ujwayele ukulihlanza iketela lakho. 

 
 
 
 
 
 
 

Summary of Contents for OP-KT1188W

Page 1: ...OTTIMO INSTRUCTION MANUAL 1 7 L KETTLE CORDLESS MODEL SR7396810 OP KT1188W EAN 6001224284164 INDOOR HOUSEHOLD USE ONLY Please save and read this instruction manual carefully before use...

Page 2: ...clined surface Do not let the cord touch hot surfaces Never overfill boiling water may splash out Make sure the lid is secure before switching the kettle on Do not open the lid while the water is boil...

Page 3: ...th water through the spout or through the lid by simply pulling it up to open The water level must be between MIN and MAX 2 Be economical do not boil more water than needed 3 To improve the quality of...

Page 4: ...tle when descaling the appliance Rinse thoroughly 4 In hard water areas it is necessary to remove scale and water deposit markings in the kettle as this can cause premature activation of the boil dry...

Page 5: ...at the power supply is switched on at the wall socket If the kettle has boiled dry the safety shut off may have activated see paragraph above 4 Water has a funny taste Generally this only occurs after...

Page 6: ...ix months of the warranty receive a refund of the actual price paid or exchange the product for the same or similar product of the same purchased value 2 2 After 6 six months of the warranty have laps...

Page 7: ...uyizalise iphuphumale amanzi abilayo angagxampuza Qiniseka ukuba isiciko sikhuselekile phambi kokuba uyilayite iketile Musa ukusivula isiciko ngelixa amanzi abilayo Ungaze iketile uyibeke kufuphi oka...

Page 8: ...nokuba kungomboko okanye emva kokuvula isiciko Ukuvula isiciko vele utsale nje isiciko esitshixayo Inqanaba lamanzi kufuneka libe phakathi ko MAX no MIN 2 Yiba noqoqosho musa ukubilisa amanzi ngaphezu...

Page 9: ...ucoce iketile xa ushenxisa ikhemikali kwisixhobo Yihlambulule ngenyameko 4 Kwiindawo zamanzi anzima kuyimfuneko ukushenxisa ikhemikali kunye neempawu ezenziwa kukufakwa kwamanzi eketileni njengoko ok...

Page 10: ...iwe na kwisokethi eseludongeni Ukuba iketile inesivali ngci sokukhusela samanzi esomileyo siya kuba senziwe sasebenza bona kumhlathi ongaphezulu 4 Amanzi anencasa engaqhelekanga Ngokuthe gabalala oku...

Page 11: ...lwakhe 2 1 Zingaphelanga iinyanga zokuqala ezi 6 ezintandathu zesiqinisekiso unokufumana imbuyekezo yexabiso lokwenene elihlawulweyo okanye uyitshintshise imveliso ngenye efana nayo yexabiso elifanay...

Page 12: ...tela Intambo mayingathinti endaweni eshisayo Ungaligcwalisi kuze kweqe amanzi abilayo angachithekela phansi Qinisekisa ukuthi isivalo sivalekile ngaphambi kokuthi uqalise ukusebenzisa iketela Ungasivu...

Page 13: ...i UKUSEBENZISA IKETELA ELIWUJEKE 1 Gcwalisa iketela ngamanzi ngokuwafaka ngombhobho noma ngesivalo ngokuthi usiphakamise usivule Isikali samanzi kumele sibe phakathi kuka MIN kanye no MAX 2 Yonga unga...

Page 14: ...isa kahle 4 Ezindaweni ezinamanzi anzima kudingeka ukuthi usuke ukuxebuka kanye nokungcola kwamanzi eketeleni ngoba lokhu kungase kwenze ukuthi kusebenze iswishi yokubilisa lomile singakafiki isikhath...

Page 15: ...le 3 Uma iketela lingasebenzi Bheka ukuthi iswishi yamandla ikhanyisiwe kusokhethi esobondeni Uma iketela libile lingenamanzi ukucisha ukuze liphephe kuzozisebenzela bheka isigaba esingenhla 4 Uma ama...

Page 16: ...inyangeni zokuqala eziyi 6 isithupha zewaranti uzobuyiselwa imali eyinani athenga ngalo noma ashintshise umkhiqizo athathe ofanayo noma onjengawo othengisa ngenani elifanayo 2 2 Emva kwezinyanga ezi 6...

Reviews: