ottimo OP-KT1188W Instruction Manual Download Page 12

ISIZULU 

 
ISINGENISO 

 

Siyabonga  ngokuthenga 

iketela  lethu 

lakwa-ottimo.    Iyunithi  ngayinye  yakhiwe  ngendlela 

yokuqinisekisa  ukuphepha,  ukwethenjwa,  nokusebenziseka  kalula.    Ngaphambi  kokuthi 
uyisebenzise,  sicela  ufundisise  lemiyalelo  bese  uyayigcina  ngokuphepha  ukuze  ubuye  ubheke 
kuyo esikhathini esizayo. 

 
 

OKUBALULEKILE UKUZE UYIVIKELE 

 

Uma usebenzisa 

iketela lethu 

lakwa-ottimo, kumele ulandele imiyalelo yokuphepha, kubandakanya lokhu 

okulandelayo: 
 

 

Leli ketela alihloselwe ukusetshenziswa abantu (kubandakanya izingane) ezinokukhubazeka okukhona 

emzimbeni, ezinzweni noma engqondweni, noma ezingenaso isipiliyoni kanye nolwazi lokulisebenzisa, 
ngaphandle  uma  kukhona  obaqaphile  noma  benikeziwe  imiyalelo  mayelanana  nokusetshenziswa 
kweketela beyinikwa ngumuntu obhekene nokuphepha. 

 

 

Izingane kumele kube khona oziqaphayo ukuze kuqinisekwe ukuthi azidlali ngento kagesi. 

 

 

Ungalisebenzisi uma kukhona okulimele kungaba iketela, intambo noma iplaki. Kumele ubuyisele iketela 

esitolo esiqokiwe ukuze liyokhandwa. 

 

 

Qinisekisa  ukuthi  amandla  kagesi  asetshenzisiwe  ayahambisana  namandla  kagesi  abhalwe  kulebuli 

yesilinganiso. 

 

 

Ungalisebenziseli endaweni enyukelayo iketela. 

 

 

Intambo mayingathinti endaweni eshisayo. 

 

 

Ungaligcwalisi kuze kweqe - amanzi abilayo angachithekela phansi. 

 

 

Qinisekisa ukuthi isivalo sivalekile ngaphambi kokuthi uqalise ukusebenzisa iketela. 

 

 

Ungasivuli isivalo ngenkathi amanzi esabila. 

 

 

Ungalokothi ubeke iketela eduze noma phezu kwamapuleti ashisayo ezitofu noma isitofu segesi. 

 

 

Ungalokothi usebenzisele  iketela  eduze  kukabhavu  wokugeza,  ishawa,  usinki, noma  ezinye  iziqukathi 

zamanzi. 

 

 

Ungayicwilisi  iyunithi,  iplaki  noma  intambo  emanzini,  noma  ingxenye  yeketela  ithintane  nento 

ewuketshezi. 

 

 

Uma ufuna ukuyikhipha, bamba iplaki bese uyadonsa odongeni. Ungalokothi uyidonse ngentambo. 

 

 

Ungalokothi uzame ukwemboza, ukunweba noma ukulula intambo kagesi. 

 

 

Yenza isiqiniseko sokuthi iketela licishiwe ngaphambi kokuthi uliphakamise noma uthele amanzi. 

 

 

Qaphela uma uvula isivalo - amaconsi amanzi ashisayo angase achitheke. 

 

 

Lo  mkhiqizo  uhloselwe  ukusetshenziselwa  endlini  kuphela.  Uma  lisetshenziswa  efemini  noma 

lisetshenziselwa ukuhweba lokho kuzoqeda iwaranti yalo. 

 

 

Ungalisebenzisi ngaphandle. 

 

 

Ungalokothi  uzame  ukuvula  noma  iyiphi  ingxenye  yeketela  noma  uphazamise  izilawuli.  Inkampani 

angeke ibe necala uma kwenzeka liba nokungasebenzi uma lomyalelo ungalalelwanga. 

 

 

Ukunciphisa  ubungcuphe  bobungozi  bukagesi,  ukusetshenziswa  kwentambo  noma  iplaki  exhunyiwe 

akuvumelekile

 

 

LELI KETELA ELOKUBILISA AMANZI KUPHELA. 

 
 

Summary of Contents for OP-KT1188W

Page 1: ...OTTIMO INSTRUCTION MANUAL 1 7 L KETTLE CORDLESS MODEL SR7396810 OP KT1188W EAN 6001224284164 INDOOR HOUSEHOLD USE ONLY Please save and read this instruction manual carefully before use...

Page 2: ...clined surface Do not let the cord touch hot surfaces Never overfill boiling water may splash out Make sure the lid is secure before switching the kettle on Do not open the lid while the water is boil...

Page 3: ...th water through the spout or through the lid by simply pulling it up to open The water level must be between MIN and MAX 2 Be economical do not boil more water than needed 3 To improve the quality of...

Page 4: ...tle when descaling the appliance Rinse thoroughly 4 In hard water areas it is necessary to remove scale and water deposit markings in the kettle as this can cause premature activation of the boil dry...

Page 5: ...at the power supply is switched on at the wall socket If the kettle has boiled dry the safety shut off may have activated see paragraph above 4 Water has a funny taste Generally this only occurs after...

Page 6: ...ix months of the warranty receive a refund of the actual price paid or exchange the product for the same or similar product of the same purchased value 2 2 After 6 six months of the warranty have laps...

Page 7: ...uyizalise iphuphumale amanzi abilayo angagxampuza Qiniseka ukuba isiciko sikhuselekile phambi kokuba uyilayite iketile Musa ukusivula isiciko ngelixa amanzi abilayo Ungaze iketile uyibeke kufuphi oka...

Page 8: ...nokuba kungomboko okanye emva kokuvula isiciko Ukuvula isiciko vele utsale nje isiciko esitshixayo Inqanaba lamanzi kufuneka libe phakathi ko MAX no MIN 2 Yiba noqoqosho musa ukubilisa amanzi ngaphezu...

Page 9: ...ucoce iketile xa ushenxisa ikhemikali kwisixhobo Yihlambulule ngenyameko 4 Kwiindawo zamanzi anzima kuyimfuneko ukushenxisa ikhemikali kunye neempawu ezenziwa kukufakwa kwamanzi eketileni njengoko ok...

Page 10: ...iwe na kwisokethi eseludongeni Ukuba iketile inesivali ngci sokukhusela samanzi esomileyo siya kuba senziwe sasebenza bona kumhlathi ongaphezulu 4 Amanzi anencasa engaqhelekanga Ngokuthe gabalala oku...

Page 11: ...lwakhe 2 1 Zingaphelanga iinyanga zokuqala ezi 6 ezintandathu zesiqinisekiso unokufumana imbuyekezo yexabiso lokwenene elihlawulweyo okanye uyitshintshise imveliso ngenye efana nayo yexabiso elifanay...

Page 12: ...tela Intambo mayingathinti endaweni eshisayo Ungaligcwalisi kuze kweqe amanzi abilayo angachithekela phansi Qinisekisa ukuthi isivalo sivalekile ngaphambi kokuthi uqalise ukusebenzisa iketela Ungasivu...

Page 13: ...i UKUSEBENZISA IKETELA ELIWUJEKE 1 Gcwalisa iketela ngamanzi ngokuwafaka ngombhobho noma ngesivalo ngokuthi usiphakamise usivule Isikali samanzi kumele sibe phakathi kuka MIN kanye no MAX 2 Yonga unga...

Page 14: ...isa kahle 4 Ezindaweni ezinamanzi anzima kudingeka ukuthi usuke ukuxebuka kanye nokungcola kwamanzi eketeleni ngoba lokhu kungase kwenze ukuthi kusebenze iswishi yokubilisa lomile singakafiki isikhath...

Page 15: ...le 3 Uma iketela lingasebenzi Bheka ukuthi iswishi yamandla ikhanyisiwe kusokhethi esobondeni Uma iketela libile lingenamanzi ukucisha ukuze liphephe kuzozisebenzela bheka isigaba esingenhla 4 Uma ama...

Page 16: ...inyangeni zokuqala eziyi 6 isithupha zewaranti uzobuyiselwa imali eyinani athenga ngalo noma ashintshise umkhiqizo athathe ofanayo noma onjengawo othengisa ngenani elifanayo 2 2 Emva kwezinyanga ezi 6...

Reviews: