Njengoba i-SAR ilinganiswa ngokusebenzisa amandla omlilo
wokudlulisa aphakeme amadivaysi i-SAR yangempela yale divaysi
ngenkathi isebenza ingaphansi kwale eboniswe ngasenhla. Lokhu
kwenziwa izinguquko ezi-othomathikhi kwizinga lamandla omlilo
ale divaysi ukuqinisekisa ukuthi isebenzisa kuphela izinga elincane
elidingekayo ukufinyelela kwinethiwekhi.
I-World Health Organization ibeke ukuthi ulwazi lwezesayensi
lwamanje alukhombisi isidingo sokuqaphela okukhethekile
sokusebenzisa amadivaysi eselula. Bathi uma ufuna ukunciphisa
ukuvuleleka kwakho ungakwenza lokho ngokukhawula ubude
bezingcingo noma ngokusebenzisa idivaysi yehendisfri ukugcina
iselula ikude nekhanda nomzimba.
Ulwazi Olwengeziwe lungatholakala kumawebhusaythi e-World
Health Organization (
http://www.who.int/emf
) noma e-Vodafone
(
http://www.vodafone.com
).
. . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . .
*Ukuhlolwa kwenziwa ngemvumelwano nemihlahlandlela
yamazwe omhlaba jikelele yokuhlola.
27
This is an Internet version of this publication. © Print only for private use.
Summary of Contents for CK15i
Page 27: ...www sonyericsson com Sony Ericsson Mobile Communications AB SE 221 88 Lund Sweden 1242 6186 1 ...
Page 54: ...www sonyericsson com Sony Ericsson Mobile Communications AB SE 221 88 Lund Sweden 1242 6189 1 ...
Page 68: ...www sonyericsson com Sony Ericsson Mobile Communications AB SE 221 88 Lund Sweden 1242 6182 1 ...
Page 82: ...www sonyericsson com Sony Ericsson Mobile Communications AB SE 221 88 Lund Sweden 1242 6195 1 ...
Page 115: ...www sonyericsson com Sony Ericsson Mobile Communications AB SE 221 88 Lund Sweden 1242 6192 1 ...